ngiyakub0nga nkulunkulu wami.
ngiyilokhu engiyikho ngomusa wakho nange ntando yakho,
izibusiso zakho zingibeletha ngembeleko,
ngilapha ngikhona namuhla ngenxa yazo,
ngiyakubong nkulunkulu wami.
namuhla sengihamba nje ngibizwa ngegama ngisabele igama lami lobuhle bendalo yakho,
nkosi yami...umusa wakho unganele.
ngiyakubong nkulunkulu wami.
yini ngempela eyongenza ngikukhohlwe?
ubani nje oyothatha indawo yakho?
umhlaba wonke ukhothama kuwe kufanele,
ngiyakubonga nkulunkulu wami.
ama
tsholofelo phakathi
http://www.poemhunter.com/poem/ngiyakubonga-nkulunkulu-wami/